... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Kodwa Ngingumuntu Omuhle Nje Mina

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isambulo 1:4,5 Makube kini umusa nokuthula okuvela kuye okhona nowayekhona nozayo…, nakuJesu Kristu ufakazi othembekayo, izibulo labafileyo nombusi wamakhosi omhlaba. Kuye osithandayo nowasikhululayo ezonweni zethu ngegazi lakhe

Listen to the radio broadcast of

Kodwa Ngingumuntu Omuhle Nje Mina


Download audio file

Ngesikhathi ngiqala ukuba nguMKhrestu ngangiye ngizibuze ukuthi ekaze kungani uJesu wangifela . Kungani angene kukho konke lokhu kuhlupheka ? Emva kwakho konke angisona isigebengu .Angintshontshanga.Angihlukumezanga muntu ,angibulalanga .Ngani ngempela ? 

Futhi yilokho kanye ,mina nawe asibabi kakhulu ngaleyondlela ,sibabi ngaleyondlela? Yebo ,siwenzile amaphutha endleleni .Yebo zikhona izinto esithi masibuka esithe esingazenzanga kahle .Futhi nakanjani ngeke sibahuzule abantu esabahuzula phambilini uma kungase kuthiwe sinikwa ithuba lesibili.Kodwa manje uJesu ukufa kwakhe esiphambanweni ,ngempela ngenxa yethu nje ?! 

Nakuba kunjalo uNkulunkulu unguNkulunkulu ongcwele ,ozinga lakhe lingumnqamlajuqu ongu 100 % ongashintshi .Futhi unguNkulunkulu wobulungiswa .Futhi phela uma kungukuthi loNkulunkulu ukhona ,uma kungukuthi uNkulunkulu onjalo nguye okhona ,ngeke wamfuna abe nalobulungiswa obuqinile ,angithi? 

Futhi kuyamangaza ukuthi yena kanye loNkulunkulu ,unguNkulunkulu wothando.Ubulungiswa nothando nguye nezingqotho lokho unjalo nje .Ngakho indlela kuphela yokusithanda nokubona ubulungiswa bakhe benziwe ,kwabe kungukuthumela uJesu iNdodana yaKhe ukuzobethelwa ,achithe igazi laKhe ,adele ukuphila kwaKhe ,ukukhokhela isono sami nesakho .

Isambulo  1:4,5Makube kini umusa nokuthula okuvela kuye okhona nowayekhona nozayo…, nakuJesu

Kristu ufakazi othembekayo, izibulo labafileyo nombusi wamakhosi omhlaba. Kuye osithandayo nowasikhululayo ezonweni zethu ngegazi lakhe

Njengokuba u- Charles Spurgeon ebeka kanje : “Ukuziphatha kahle kungenza ungangeni sanhlobo ejele , kodwa kubiza igazi likaJesu kuphela ukukwenza ungangeni esihogweni .” 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje. 


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Make your gift monthly to share more Living Hope!

Hearts are open to Jesus at Easter. Your monthly support will help reach millions around the world to share the hope of Christ.

Make it Monthly