... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Lonke Ukholo Onalo

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 17:19,20 Khona kwafika abafundi kuJesu bebodwa, bathi: “Thina besingemkhiphe ngani na?” Wayesethi kubo: “Kungenxa yokukholwa kwenu okuncane. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Uma ninokukholwa njengembewu yesinaphi, niyakuthi kule ntaba: ‘Suka lapha, uye laphaya,’ iyakusuka; akukho okuyakunahlula.

Listen to the radio broadcast of

Lonke Ukholo Onalo


Download audio file

Sewuke ube nawo lowomuzwa wokuthi , “anginalo ukholo olwanele ukukwazi ukudlula kulesikhisi esinzima ?” Esikhathini lakhona uludinga kakhulu ,ehlane ,ukholo lwakho lubukeke luncibilika lukushiya .Yebo angisho ukuthi awuwedwa ! 

UBerni  uthi njengoba njengoba engungcweti owagogoda ezibalweni angakutshela ngokushaya esikhonkosini ukuthi namhlanje zinsuku ezingu 10 006  kusukela ngo -15th October 1995, weza kuJesu wazendlala kuYe wamcela amthethelele izono zakhe qede ahlale kuYe . 

Njengokuba ungazicabangela nakuwe ukuthi noma siside lesikhathi kodwa zibile khona izigaba bekuyintaba kwesinye kube yimfunda ,lakhona ukholo lwakhe lubukeka luncibikele ludukile .Njengokuba ngishilo ngathi awuwedwa ,kahle hle sibaningi kulomdibi esikuwo:

NgokukaMathewu  17:19,20 Khona kwafika abafundi kuJesu bebodwa, bathi: “Thina besingemkhiphe ngani na?” Wayesethi kubo: “Kungenxa yokukholwa kwenu okuncane. Ngokuba ngiqinisile ngithi kini: Uma ninokukholwa njengembewu yesinaphi, niyakuthi kule ntaba: ‘Suka lapha, uye laphaya,’ iyakusuka; akukho okuyakunahlula.

Ngike ngabona isithombe sithi shwi kulezinsuku sembewu yenhlamvu yesinaphu into encu ncu ncu  – imbewu eyayincane kunazo zonke esikhathini sikaJesu –yayisesandleni somunwe womunye .Kulesithombe kunombhalo othi : Qhela ngoba nginembewu yesinaphi futhi angesabi ukuyisebenzisa . 

Futhi uma kungukuthi yilona lukholo lolo onalo angikutshele ukuthi lungaphezu kongaludinga .

Lendaba iyisikhumbuzo esinamandla .Indaba ayingakho ubungako bokholo lwethu  kodwa ingamandla kaNkulunkulu wethu 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Make your gift monthly to share more Living Hope!

Hearts are open to Jesus at Easter. Your monthly support will help reach millions around the world to share the hope of Christ.

Make it Monthly