... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Qaphela !

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 6:1,2 “Kepha qaphelani ningenzi ukulunga kwenu phambi kwabantu ukuba nibonwe yibo, funa ningabi nawo umvuzo kuYihlo osezulwini. “Ngakho-ke nxa wabela isipho, ungakhalisi icilongo phambi kwakho, njengalokhu kwenza abazenzisi emasinagogeni nasemigwaqweni ukuba badunyiswe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.

Listen to the radio broadcast of

Qaphela !


Download audio file

Ukuzinyusa wena kuyinto embi .Abantu  basho benze izinto esizweni ngokuzigqaja ,konke lokho bekwenza ngokokuthi bacatshangwe kahle ,akukuhle lokho .Kungani bekwenza abantu lokho ?  

Ngike ngabona i-selfie omunye azithathe yona kwi-instagram mumva nje ,epha ukudla kumuntu oswele ezweni elimpofu .Ngempela ? Kuza kulelozinga nebala lokuziphakamisa phezu kwenhlupheko yalomuntu onjengawe naye ?

Kodwa futhi esizendeni sakho kuneqiniso elikhona kukho: ukuthi sonke siyathanda ukucatshangwa kahle .Siyakuthanda lokho .Ngakho kulomhlaba osheshayo ngama phone ezandleni zethu sonke sihlale sikulungele ukuthatha ngokushesha lesosithombe esizokwenza bonke babone ngingomuhle kanjani .

Futhi ngisho kungengebe ngempakamo enjalo engiqhubayo , ake uziphe ithuba u-scrolle kuma page abantu uzobona okuhle kodwa abaziveza ngakho .

Kunomucu omncane kakokitini ohlukanise umuzwa wokuzibona uhlabela phambili ungongcono ungomuhle kunye nalo wokuziveza umuhle uzikhangise wena  –ngumucu lo okungelula ukuwuhlukanisa kalula kulezinsuku .UJesu waxwayisa  …

NgokukaMathewu  6:1,2 “Kepha qaphelani ningenzi ukulunga kwenu phambi kwabantu ukuba nibonwe yibo, funa ningabi nawo

umvuzo kuYihlo osezulwini.  “Ngakho-ke nxa wabela isipho, ungakhalisi icilongo phambi kwakho, njengalokhu kwenza abazenzisi emasinagogeni nasemigwaqweni ukuba badunyiswe ngabantu.

Ngiqinisile ngithi kini: Sebewamukele umvuzo wabo.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.