... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Thokozisa UMoya

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseGalathiya 6:8 Ngokuba ohlwanyelela inyama yakhe uyakuvuna ukubhubha kuyo inyama; kepha ohlwanyelela uMoya uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.

Listen to the radio broadcast of

Thokozisa UMoya


Download audio file

Ngingacela  namhlanje  ,ukuhoshe umoya qede uzibuze ukuthi uyiphila kanjani impilo yakho . Okay,impilo ayiqondakali kwesinye isikhathi futhi ibe manaphanapha .Kodwa phakathi nakho konke lokho uyiphila kanjani impilo yakho ? Kumbe sibeke ngenye indlela ,mbewu yini oyitshalela ikusasa lakho  ?

Ngakho ake sibuke ngamehlo engqondo umlimi thizeni atshale imbewu yombila ze ayivune ngesikhathi esithile .Isimo sezulu sivese sihambisane naye ,kube kuhle konke ,ngakho useqonda ukuyokwenza ezinye izinto ,akhohlwe kwakhona ukuthi luhlobo luni lwembewu alutshala ensimini yakhe  .

Okuthi makuqhuma okuluhlaza enhlabathini bese asole sengathi kukhona okungalungile . “Ngangingatshalanga ukolo   kulomhlabathi “Okuthi uma kuqhubeka izinsuku kucaca ukuthi umbila lo ,ebese ukulindela kwakhe ukuthi kwakuzoba ngukolo kumphoxe .

Ngiyazi mhlawumbe lokhu kuzwakala kungubuwula . Nebala akekho umuntu ongaba siwula kanjalo ! Yebo…ngaphandle uma uthi mawubuka abanye abantu  indlela abaphila ngayo izimpilo zabo ,iningi labo abaphila ukuzinelisa  izintshisekelo zabo ,kodwa futhi ekugcineni kwakho konke babheke ukuvuna  impilo yaphakade ,ebese baphoxwe ukuthi ayisezi kubo ekugcineni .

KwabaseGalathiya  6:8 Ngokuba ohlwanyelela inyama yakhe uyakuvuna ukubhubha kuyo inyama; kepha ohlwanyelela uMoya uyakuvuna ukuphila okuphakade kuMoya.

Shlobo sami ukuthokozisa uNkulunkulu ,ukumlalela ,ukuhamba ngomoya ,ukukholwa nguJesu  nokuphila ngokokuhambisana  uyamkholwa  uJesu ,yindlela eya ekuphileni  okuphakade leyo .

Yiyona ndlela ozovuna ngayo isivuno obusethemba usibhekile . Ngokuba ohlwanyelela inyama yakhe uyakuvuna ukubhubha kuyo inyama

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.