... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ujesu Wayesebaxoxela Enye Indaba

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaMathewu 13:33 Wabatshela omunye umfanekiso wathi: “Umbuso wezulu ufana nemvubelo ayithatha owesifazane, wayifaka ezilinganisweni ezintathu zempuphu, kwaze kwabila konke.”

Listen to the radio broadcast of

Ujesu Wayesebaxoxela Enye Indaba


Download audio file

Uma ungumuntu ozabalazayo ukufinyelela ezingeni lokomoya eliphakemeyo ,ukholo oluphakemeyo ukukwazi ukuba  relavant ngokuthe xaxa ,ukuba upfront empilweni yakho ,angikutshele ukuthi awuwedwa kulokho .  

Ukubuyisela lelozonga lokholo ,izinga likaJesu uma ngingasho kanjalo ,ukulwenza lube kulelozinga empilweni yansukuzonke ,akuyona into elula kulomhlaba ogijimayo ,nosezingeni elikhulayo kwezobuchwepheshe  esiphila kuwo .

Izolo sibonile sizwile ukuthi ngisho ukholo oluncane olungangenhlamvu yesinaphi luyohlonishwa nguNkulunkulu wethu ngesikhathi elikhulisa  (futhi khumbula ukuthi uNkulunkulu  yedwa kuphela ozolukhulisa ) luba yisihlahla esikhulu sesinaphi esinezithelo ,sibe luqobo olunamandla  olungamele  okuningi ,lube yisihlalo sombuso kaNkulunkulu ezimpilweni zethu ,yeka isethembiso  !

Kodwa akuyibambe lapho ,kunokunye  futhi okuningi  …UJesu wayesexoxa enye indaba :

NgokukaMathewu  13:33 Wabatshela omunye umfanekiso wathi: “Umbuso wezulu ufana nemvubelo ayithatha owesifazane, wayifaka ezilinganisweni ezintathu zempuphu, kwaze kwabila konke.”

Ngiyakhumbula ngiseyingane uMawami exova uflour ezobhaka .Uma esewuhlanganisile  endishini  bese awubeke eceleni awemboze ngendwangu,mhlampe kube yisikhathi esingange hour ,leyondishi encane isikhukhumele lenhlama ephakathi yaba yibhola elifika phezulu endishini .

Kwakumangazana lokho .Futhi yilesosithombe nebala uJesu asidweba lapha .

Uma sivumela ,ngemvubelo yokholo oluncane ,ukubusa kukaNkulunkulu ezinhliziyweni zethu ..uyokwenza izinto eziyomangaza umqonqo wethu .Uzosiqondisa asibumbele sibe yilokho esimele ngukuba yikhona asikhulise ngezindlela ezimangalisayo ,ukuze sibe yilokho kanye ayesidalele khona .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.