... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Yazi UKhrestu,Yiba NjengoKhrestu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFiliphu 3:10 Ukuze ngimazi yena, namandla okuvuka kwakhe, nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngimfuze ngokufa kwakhe

Listen to the radio broadcast of

Yazi UKhrestu,Yiba NjengoKhrestu


Download audio file

Njengobaba kukaningi ngifisa ngokujulile  ngezingane zami ukuthi sengathi ngingakwazi ukudlulisela inhlakanipho yakho konke engikufunde empilweni eminyakeni yokuphila kwami namandla alokho engikwazi ukubenzela khona 

Yindlela leyo thina esingobaba esiyiyona. Manje uma kungukuthi mina ngingumuntu wesono nginetshesekelo enjalo ngezingane zami ,kakhulu kangakanani uBaba wethu ongcwele osezulwini ? 

Futhi uyacabanga ukuthi anganempumelelo engakanani uma ngikwazi ukubamba  okungubuyena ngikufake kimi ? Inhlakanipho namandla .Kungalesosizathu ukuthi umphostoli uPhawuli ebhalela abahlobo bakhe eFiliphi  asho lokhu:

KwabaseFiliphu  3:10 Ukuze ngimazi yena, namandla okuvuka kwakhe, nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngimfuze ngokufa kwakhe

UPhawuli uyakulangazelela ukumazi uJesu namandla amvusa ekufeni.Uyalangazelela ukwazi iNkosi noMsindisi waKhe  ngokujulile ,ngokuseduze ,ngokokuthi ngisho amandla angachazeki ,amandla kaMoya oNgcwele avusa uJesu ekufeni  wabuyela ekuphileni ukuthi sengathi ubengasabenza nakuye uPhawuli ,empilweni yakhe ,kwiministry ,ohambweni lwakhe noJesu . 

Futhi lokho kuzwakala kunamandla kuze kube sewufika engxenyeni yalelivesi :

nokuhlanganyela ezinhluphekweni zakhe, ngimfuze ngokufa kwakhe 

Ayikho indawo ,nasikhathi ezimpilweni zethu ,lakhona siyokuzwa amandla kaNkulunkulu aphindiwe ,kunasesikhathini sezinhlupheko .Siyazi ukuthi wakha umsebenzi omkhulu kithi wokwenza inkambo enamandla kulezokhathi kanye .Yingoba yilezozikhathi lakhona sidinga kakhulu ,ngakho udedele athulule amandla akhe ngokuphindiwe kithi esikhathini senhlupheko .kunazo zonke ezinye . 

Ukumazi uKhrestu phakathi nenhlupheko ,lokho kungukufana noKhresu.

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.