... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Yiba Nenhliziyo Emsulwa

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 Izikronike 28:9 “Wena Solomoni, ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo nangenhliziyo ethokozayo, ngokuba uJehova uhlola izinhliziyo zonke, uqonda zonke izizindlo zemicabango; uma umfuna, uyakufunyanwa nguye; kepha uma umshiya, uyakukulahla kuze kube phakade.

Listen to the radio broadcast of

Yiba Nenhliziyo Emsulwa


Download audio file

Sesibile nesimo  lakhona umuntu enze utho [hhayi kuwe kuphela  ngokokungathi bekunganele kuwe kuphele ]  kodwa akwenze nakawabanye ngezinhloso ezinhle ,ngenhliziyo emsulwa .Akuwona umuzwa omangaziyo  lowo?

Futhi angingabazi usubile nokuphikisana nalokho okungokuhlukile nagmanye amazwi ,lakhona umuntu enze utho kuwe ,ekwenza ngegqubu kodwa .Ungakuzwa emazwini abo ,kumbe enkambweni yabo ,kumbe indlela abenza ngayo izinto kuwe .

Bazokonzwa ngesandla esigodliwe ,kanti lo omunye yena wenza ngezandla ezivuliwe zonke  aze badlulele .

Lokho kukhulisa iqophelo elihle lenkonzo yakhe lo owenza ngobumlhophe ebese ngakolunye uhlangothi lo omunye kumehlisa izinga.Angithi ?

Yingakho inkosi uDavide yedlulisa lolucezwu lwenhlakanaphi endodaneni yayo :

1 Izikronike  28:9 “Wena Solomoni, ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo nangenhliziyo ethokozayo, ngokuba uJehova uhlola izinhliziyo zonke, uqonda zonke izizindlo zemicabango; uma umfuna, uyakufunyanwa nguye; kepha uma umshiya, uyakukulahla kuze kube phakade.

Akukhona kuphela ukuthi uNkulunkulu uyawezwa amazwi ethu ,abambe inkambo  yethu ,abone ukuzenzisa kwethu uhlola izinhliziyo zonke. uqonda zonke izizindlo zemicabango.

Singacabanga  kanjani ukuthi loNkulunkulu uzosisiza esikhathi sokuhlupheka kwethu,aphendule kahle ekuziphatheni kwethu okunephunga elingehogeleki ?  Uhlobo lwenkambo esephuca isenzo senkonzo enengcazo ?  

umkhonze ngenhliziyo epheleleyo nangenhliziyo ethokozayo, ngokuba uJehova uhlola izinhliziyo zonke, uqonda zonke izizindlo zemicabango

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.