... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

From Father to Son

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 Izikronike 28:9   “Wena Solomoni, ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo nangenhliziyo ethokozayo, ngokuba uJehova uhlola izinhliziyo zonke, uqonda zonke izizindlo zemicabango; uma umfuna, uyakufunyanwa nguye; kepha uma umshiya, uyakukulahla kuze kube phakade.

Listen to the radio broadcast of

From Father to Son


Download audio file

Obunye bobudlelwane obuphambili esingaba nabo ngokuba thina njengabazali .Yebo hhayi wonke umuntu ,kodwa iningi .Kodwa ngisho kungathiwa awuyena umzali ,akunzima ukubuka ngamehlo engqondo ukuthi  lobobudlelwane buphambili bukhethekile kangakanani . 

Futhi njengabazali sifuna okuhle kodwa ngezingane zethu .Ngakho ,noma ungumzali noma cha ,luhloboluni lwenhlakanipho ofuna ukuludlulisela ezinganeni zakho ? Yisiphi iseluleko esisodwa oyofuna ukuqiniseka andukuba udlule emhlabeni basigcine baphile ngaso nakuba sewalala  kobandayo?  

Ezinsukwini zokugcina ,inkosi yakwa- Israel uDavide wadlulisa nanti igolide lenhlakanipho endodaneni yakhe u-Solomoni.

1 Izikronike 28:9 “Wena Solomoni, ndodana yami, yazi uNkulunkulu kayihlo, umkhonze ngenhliziyo epheleleyo nangenhliziyo ethokozayo, ngokuba uJehova uhlola izinhliziyo zonke, uqonda zonke izizindlo zemicabango; uma umfuna, uyakufunyanwa nguye; kepha uma umshiya, uyakukulahla kuze kube phakade.

Yisiluleko esisobala esinamandla .Ngenhliziyo yakho yonke ,ngakho konke ukuphila kwakho ,yazi uNkulunkulu umkhonze .Futhi kwenze  ngenhliziyo emsulwa ,enhle ,egcwele ukubonga .Ngoba uma ukuleyondawo ,uyazi futhi ungakwazi ukukhala kuye ukuba akusize . 

Yeka ubuhle bento ukukwazi ukuya kuNkulunkulu ukuthola usizo kuye nokuthola izimpendulo ozidingayo ….uma inhliziyo yakhe ngaye ,ngabaseduze kwakho ,ngempilo uqobo ,imsulwa . 

Shlobo sami ,noma ngabe ukuphi njengamanje ,noma ngabe kuqhubekani empilweni yakho ,sithathe iseluleko esanikwa uSolomoni .Vumela uMoya oNgcwele ukusisebenzisa  ukuthambisa inhliziyo yakho .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.