... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Kubeke Emumva Ukuzisola

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFiliphu 3:12,13 Kungesikho ukuthi sengibambile nokuthi sengiphelelisiwe, kepha ngijonga ukuba kumbe ngingakubamba yini lokho nami engabanjelwa khona nguKristu Jesu. Bazalwane, angisho ukuthi mina uqobo sengikubambile; kepha kunye engikwenzayo: ngikhohlwa okungasemuva, ngizelulela kokungaphambili

Listen to the radio broadcast of

Kubeke Emumva Ukuzisola


Download audio file

Njengamanje iningi lethu lihlaziya letshisa unyaka lo ophethayo ukuthi ubunjani  … Uhambe kanjani ? Ngakube ubungomubi noma omuhle ?  

Angibuze –uhambe kanjani ? Ngakube uphumelele ,ungumuntu ongcono kunasekuqaleni kwawo ,uphumelele ukufeza amaphupho akho noma cha? Futhi konke lokho kusebenza kanjani ekutheni uzongena ndlelani onyakeni omusha ?  

Nginemibuzo eminingi namhlanje ,ngezizathu ezinhle nokho yingoba uNkulunkulu ukulendawo kunye nawe . Ufuna ukuba yingxenye yokukuhola kahle ubheke kwikusasa elihle ehambisana nawe .Futhi njengamanje ayikho into enhle kithi kunokumvumela akhulume kithi ngokokuthi lonyaka ubunjani nokuthi sibheke ukungena kanjani kwesiya kuwona  .

KwabaseFiliphu  3:12,13 Kungesikho ukuthi sengibambile nokuthi sengiphelelisiwe, kepha ngijonga ukuba kumbe ngingakubamba yini lokho nami engabanjelwa

khona nguKristu Jesu.  Bazalwane, angisho ukuthi mina uqobo sengikubambile; kepha kunye

engikwenzayo: ngikhohlwa okungasemuva, ngizelulela kokungaphambili

NguPhawuli umphostoli la ehlaziya ebuka emumva qede abuke iphambili lakhe .Iqiniso ngukuthi akukho noyedwa kithi o-perfect .Sonke siwenzile amaphutha .Sonke sinohambo olude olusasihlalele .Ngakho khohlwa yizolo bese uzama ngokuzimisela okukhulu ukufinyelela kwizimpokophelo uNkulunkulu akubekele zona phambi kwakho .Ngoba  …

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.