... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Wakwenzela Wena

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favourites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 3:18 Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeni,

Listen to the radio broadcast of

Wakwenzela Wena


Download audio file

Nakhu  le esesifikile khona .Osukwini esilubiza ngo  “Good Friday”, sikhumbula okubuhlungu okuyisihluku okwenzeka ,okungacabangeki ukuze kuthi ngakho qede kithi kwenzeke okungacabangeki .

Uma kungukuthi ubulokhu uhleli nami ezinsukwini ebezisiholela ku-Good Friday , uzokwazi ukuthi besilokhu sibuka ukwehlula kwethu ,isono sethu ,ukuqhubeka kwethu sihlubuka uNkulunkulu futhi nokwehluleka  ukunika uJesu okwekhethelo okumfanele ,konke okwakhe ngathi .

Konke lokho kuzwakala kuletha ingcindezi ? Yingoba kuyiyo .Kubuhlungu kuyahlasimula!

Ububi obuqubuka kithi ngaphakathi ,iphunga lokunuka kwesono sethu emakhaleni kaNkulunkulu linuka phuh,ngangokuthi lafika lakhona kudingeka isisombululo esibuhlungu.

1 EkaPhethru 3:18 Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeni

Lowo owayengakweleti lutho wafa ukufa okubuhlungu ngenxa yethu ukuze asikhokhole inani esabe singenakulikhokha.Ukungabi nabulungiswa kwalokho kuyinto ephula umoya – lukhulu kangakho uthando lukaNkulunkulu ngami nawe . olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu,

Nakuba wayelenga kulesosiphambano eseyisidumbu kodwa uMoya kaNkulunkulu wawusemsebenzini.Njengokuba izono zami nezakho zazibethelwe kuYe ,uNkulunkulu wayekulungele ukwenza utho olusha ukusenza siphile futhi ,yilona Phasika lelo .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.