... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ungaba Namandli Kanjani

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isaya 30:15-17 Ngokuba yasho njalo iNkosi uJehova, oNgcwele ka-Israyeli, yathi: “Niyakusindiswa ngokuphenduka nangokuphumula, amandla enu abe ngukuthula nangokwethemba; kepha anithandanga. Kodwa nasho nathi: ‘Qha, siyakubaleka ngamahhashi,’ ngalokho niyakubaleka: ‘Sikhwele anejubane,’ ngalokho abanixoshayo bayakuba nejubane. Inkulungwane iyakubaleka ngokusongela koyedwa; ngokusongela kwaba yisihlanu niyakubaleka, nize nishiywe njengensika esiqongweni sentaba nanjengebhanela phezu kwegquma.”

Listen to the radio broadcast of

Ungaba Namandli Kanjani


Download audio file

Kuyimpambankwici ukuthi siyawadinga amandla ,esikhathini lakhona sisebuthakathakeni obukhulu . Kuba lakhona amandla ethu siwezwa esibalekele la esizithola khona sidinga kakhulu .Awukuzondi lokho!

Uma ngabe zonke izinto zihamba kahle ,asizitsheli ukuthi sidinga amandla angaphezu kwalawa esivele sinawo .Singawadingiswa yini nje ingempela ?

Kodwa yilapho kanye esisuke sikhohliseleke emzweni wokuphepha ongamanga ,ngoba uma sesigijimela ngqo ezikhathini eziyinselello ,lokho kuzethemba ebesinakho imizuzu embalwa kuvese kuhwamuke njengenkungu kusishiye sisale size .

Sisethubeni lokuzikhethela .Kukanye siphendukela kuNkulunkulu ukusibamba ngesandla ahambe nathi ,kumbe sincike amandla okuba ngabantu kwethu . Futhi njengokuba sizobona ukwenza ukukhetha okuhle sikulelothuba kumqoka ngokubucayi .

Isaya 30:15-17 Ngokuba yasho njalo iNkosi uJehova, oNgcwele ka-Israyeli, yathi: “Niyakusindiswa ngokuphenduka nangokuphumula, amandla enu abe ngukuthula nangokwethemba; kepha anithandanga.
Kodwa nasho nathi:

 ‘Qha, siyakubaleka ngamahhashi,’ ngalokho niyakubaleka: ‘Sikhwele anejubane,’ ngalokho abanixoshayo bayakuba nejubane.
Inkulungwane iyakubaleka ngokusongela koyedwa; ngokusongela kwaba yisihlanu niyakubaleka, nize nishiywe njengensika esiqongweni sentaba nanjengebhanela phezu kwegquma.”

Umehluko phakathi kwalokho kukhetha okubili  –noma uncika emandleni kaNkulunkulu noma emandleni oluntu – kuzoba nomehluko omkhulu obonakala ngokucacile . Iyodwa kuphela indlela yokuzigcina unamandla uqinile .Ukuzithoba uye kuNkulunkulu uzokuqinisa Yena .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.