... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

The Lord Gives You Power

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseFesu 3:16,17 Enze futhi ukuba bobabili babuyisane noNkulunkulu emzimbeni munye ngesiphambano, esebulele ubutha ngakho. Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, yebo, ukuthula nakubo abaseduze.

Listen to the radio broadcast of

The Lord Gives You Power


Download audio file

Sewake waqaphela ukuthi abanye abantu banamandla okuphikelela ngisho bebhekene nezivunguvungu empilweni kodwa uthole ukuthi abanye zibenza babe mavikithi bengasazi  bagalele kanjani kucace kuphuka zona izinduku ?

Kulezinsuku ezimbalwa besilokhu sikhuluma ngalokho ukuthi uNkulunkulu usinika kanjani amandla  lakhona sehlelwa zinsuku ezimnyama kakhulu empilweni , njengoba  zenzeka kwizigaba ngezigaba empilweni .Kodwa kungaba nzima kwesinye isikhathi ukubambelela ezithembisweni zikaNkulunkulu uma kunzima kakhulu esibhekene nakho .

Ngenxa yokwehla kwenyuka kwemizwa yenhliziyo yethu eyenza kube nzima ukumukela nokuvuma amandla uNkulunkulu angasipha wona nakuzo lezozikhathi .Mhlawumbe yingakho uPhawuli umphostoli wakhuleka lokhu ngabahlobo bakhe : 

KwabaseFesu  3:16,17Enze futhi ukuba bobabili babuyisane noNkulunkulu emzimbeni munye ngesiphambano, esebulele ubutha ngakho.  Weza washumayela ivangeli lokuthula kinina enanikude, yebo, ukuthula nakubo abaseduze.

Yeka umthandazo omkhulu  kangaka ! Futhi ungomunye wemithandazo engikuthandazela wona namhlanje  nawe ,ukuthi uNkulunkulu avule amafastela ezulu qede athulule amandla akhe kuwe ,phezu kwakho ukuze  noma  kuqhamukani ube ngoqinile kakhulu emoyeni wakho .Futhi ngokungangabazi ngiyazi ukuthi uzokunika wonke amandla owadingayo ngesikhathi usacwila kuMoya waKhe . 

Kwangathi iNkosi yethu uJesu Khrestu ahlale enhliziyweni yakho ngokholo . Engathi angakuqinisa othandweni lwakhe ngokholo !

Ngoba yisethembiso sakhe leso 

iZwi laKhe  … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.