... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ukulinda Ukuqhuma Kulunge Izinto

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

KwabaseGalathiya 6:9,10 Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali. Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.

Listen to the radio broadcast of

Ukulinda Ukuqhuma Kulunge Izinto


Download audio file

Ukulinda kuNkulunkulu ukuletha umehluko ngesimo esithile empilweni yakho .kulesosidingo sakho kungaba yinto esindayo ukukwenza .Futhi okuthi uma kuyisidingo sakho esikhulu ,kuba sikhathi sinye luzika ukholo lwakho kuye ,uke ukuqaphele lokho ? 

Mhlawumbe kusesimweni sezimali zakho ,kumbe zowakwakho .Mhlawumbe ngubudlelwane obunzima obubukeka bukudicilela phansi ekujuleni kokuphila kwakho. Noma ngabe kuyini ,nebala kusengaba nzima kusinde kakhulu ukulinda kuNkulunkulu … inhliziyo ithi ngakube uzoziveza uNkulunkulu ? Ngakube uzokwenza lokhu engifuna angenzele khona  ?

Umcele aziveze alethe isisombululo .Njengokuba usafunda ngokwethembeka kwakhe ezibhalweni ,ukuthula kwakhe kwehla emphefumulweni wakho .

Wathola ukuthi ungamethemba .Kodwa phakathi nobusuku wawuqhaqhazela ngesikhathi ukwesaba kudla impilo yakho . 

Ingcindezi iqale ikudle .Usubheke ngqo eweni kodwa akakazivezi .Ubhekana kanjani nalokho ? Wenzenjani ngawe ngesikhathi usalindile  ?

KwabaseGalathiya  6:9,10Kepha masingakhathali ekwenzeni okuhle, ngokuba siyakuvuna ngesikhathi esifaneleyo, uma singadangali.

Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke, kepha ikakhulu kwabendlu yokukholwa.

Ngamanye amazwi ngesikhathi usalindile kuNkulunkulu,khona kanye lapho maphakathi nesikhathi esinzima ,qhubeka ukuso bese wenza lokho abalindayo abakwenzayo .Qhubeka wenza inkonzo bese okunye ukushiyele kuYe . 

Ngakho-ke njengokuba sinethuba, asenze okuhle kubo bonke