... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ungakhathazeki

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 Izikronike 7:13-14 “Uma ngivala izulu ukuba kungabikho mvula, noma ngiyaleza isikhonyane ukuba sidle izwe, noma ngithuma isifo phakathi kwabantu bamibazithobe abantu bami ababizwa ngegama lami, bakhuleke, bafune ubuso bami, baphenduke ezindleleni zabo ezimbi, ngiyakuzwa ezulwini, ngithethelele isono sabo, ngiphilise izwe labo.

Listen to the radio broadcast of

Ungakhathazeki


Download audio file

Njengamanje ,konke lokhu okwenzeka empilweni yakho ,sekumi kuyizolo .Ngeke usabuyela emumva kukho ,nakuba ungakuvumela kukuhluphe emoyeni .Njengokuba ngeshwa kwabanye kubanjalo . 

Angazi noma sewake wakucabanga yini ngalendlela ,kodwa ukukhathazeka ngezolo kuyinto engenamsebenzi walutho ezintweni zonke ongazenza.Alukho  nolulodwa ongaluguqula ngezolo lakho  .

Ngakho kunalokho abanye bavese bakhathazeke ngekusasa labo.Futhi lokho kukhathazeka noma ngabe okwezolo ,okwemanje ,okwekusasa kungagcina sekukukhubaza ;kukumise ezintweni odinga ukuzenza ;kukumise ekuphileni impilo echichimayo uJesu eza ukuzokunika yona .Ngakho ithini impendulo ?  

2 Izikronike  7:14“Uma ngivala izulu ukuba kungabikho mvula, noma ngiyaleza isikhonyane ukuba sidle izwe, noma ngithuma isifo phakathi kwabantu bamibazithobe abantu bami ababizwa ngegama lami, bakhuleke, bafune ubuso bami, baphenduke ezindleleni zabo ezimbi, ngiyakuzwa ezulwini, ngithethelele isono sabo, ngiphilise izwe labo.

Inhlupheko ayenzeki uNkulunkulu engaboni futhi ingekho egunyeni lesandla sakhe ,lokho nginesiqiniseko ngakho . Siphendula ndlelani makunjalo ? Siphenduke ngoba lokho kusemandleni kithi [ngoba imvamisa iyimiphumela yesono sethu ]futhi sikhuleke . 

Njengokuba omunye wake washo ngalendlela wathi ,ukukhathazeka yinto esisuke siyiququda emcabangweni yethu kodwa esingeke sayiguqula noma sesithanda . Umkhuleko yingxoxo noNkulunkulu ngezinto angaziguqula .

Zithobe uthandaze .Futhi kulele kuwe ,ukuphenduka ezindleleni zakho ezimbi .UNkulunkulu uyokuphilisa . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.