... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Labo Abahambe Phambi Kwethu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

2 KuThimothewu 1:5,6 Ngikhunjuzwe ukukholwa okungenakuzenzisa okukuwe, okwahlala kuqala kunyokokhulu uLowisi nakunyoko uYunisi, yebo, ngiyethemba, nakuwena. 6 Ngaleso sizathu ngiyakukhumbuza ukuba uvuse isipho somusa sikaNkulunkulu esikhona kuwe ngokubeka izandla zami.

Listen to the radio broadcast of

Labo Abahambe Phambi Kwethu


Download audio file

Kulomhlaba osheshayo lakhona onga-order ukudla ngesmartphone  ,bese thushu nakhu kulethwa kuwe kungakapheli ngisho u 30 minutes  , kubukeka kungavamisi ukuzipha isikhathi sicabange ngesikhathi esedlule .Izinto ezinhle ,izinto ezisenze sayilaba abayibo namhlanje .

Namhlanje esikweni lama China wusuku lwesiko loku “Shanela Amathuna.” .Manje kithi sonke esingeyiso lesisizwe kuzwakala kuthusa lokho .

Kodwa ngokwesiko lalesisizwe  esingamaChina ,abantu basuke bekhumbula abazali babo asebashona; oninakhulu noyisemkhulu bakwenza lokhu ngokuya emalibeni nezihlobo bese bashanele amathuna abazali babo asebalala.

Kulisiko elikhumbuza laba abasaphila ukuthi bangakhohlwa ngumlibe wobuhle nezibusisio abanazo ukuthi bazithole bezalwa nagabazali impilo ayiqalanga ngabo .

Ngiyazibuza engabe kukangakanani ucabanga ngalabo asebalala ,labo abakucabela indlela ,ababa neqhaza ukukwenza ube yilokhu oyikho namhlanje ?

 Yebo nebala kungenzeka ukuthi umthelela wabo awubanga ngomuhle wonke  kodwa ngale kokungabaza iningi lawo wawumuhle .Kubhala uPhawuli umphostoli ebhalela uThimothewu owayemusha ayesamthwasisa emsebenzini weNkosi. …

2 KuThimothewu  1:5,6 Ngikhunjuzwe ukukholwa okungenakuzenzisa okukuwe, okwahlala kuqala kunyokokhulu uLowisi nakunyoko uYunisi, yebo, ngiyethemba, nakuwena.
Ngaleso sizathu ngiyakukhumbuza ukuba uvuse isipho somusa sikaNkulunkulu esikhona kuwe ngokubeka izandla zami.

Uninakhulu kaThimothewu u-Lowisi nonina u-Eunice baba nomthelela omkhulu okholweni lwakhe .Ungabakhohlwa labo abahambe ngaphambi kwakho .

Kukhumbule abazidela ngakho bezinikela ukuze ugcine ube yilo onguye namhlanje .Enhlizyweni yakho bahloniphe .

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.