... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Kuhle Emoyeni Wami (2)

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 3:18 Christ himself suffered when he died for you, and with that one death he paid for your sins. He was not guilty, but he died for people who are guilty. He did this to bring all of you to God. In his physical form he was killed, but he was made alive by the Spirit.

Listen to the radio broadcast of

Kuhle Emoyeni Wami (2)


Download audio file

“Isono ” yiyona nzukazikeyi enkulu yoluntu. Cha akuselona igama elivelele kulezinsuku .Abanye abalibuka njengegama lezenkolo elingehli kahle  ,eselaphelelwa yisikhathi sakudala esasilifanele .Kodwa lokho akuguquli lutho .

Futhi okucatshangwa ngokokuthi sekuphuphe kwadlulelwa yiskhathi kakhulu ,yilokhu kokuthi kunamandla obumnyama  obubi –usathane .Kodwa ngoba umlandu ususikhombisile ukuthi akuchazi ukuthi ngoba nakhu into ethile ikholwa yiningi ,kuchaza ukuthi iyilokho . 

Ake ucabange ngesono empilweni yakho .Kukangaki ukuwa kwakho ,amaphutha akho ,isono sakho sicekele phansi izinto kuwe  nakulabo abaseduze nawe ? Kuningi ngaphezu kokuba ubungakubala .Futhi okubi kakhulu ngukuthi sibukeka singenamandla okubhekana naso .

UHoratio Spafford wabhala ihubo elivelele umhlaba wonke elithi : It is Well With My Soul –Kuhle emoyeni wami . Nanti ivesi lesibili kulona:

Noma uSathane engagadla ,noma kungafika izivivinyo .
Enga lesiqiniseko esibusisekile   silawule ,
Ukuthi uKhrestu usibuke wasihlonipha isimo sami engingowokusizwa ngazo .,
Futghi wachitha igazi laKhe ngomoya wami .

Kungesizathu kanye  sokuba singabokusizwa ukuze sinqobe isono sethu ,okungakho uJesu wasifela .Umphostoli Phethru  ubhalela ibandla elihlushwayo  ngezilingo ezinzima uthi : 

1 EkaPhethru  3:18Ngokuba naye uKristu wahlupheka kwaba kanye ngezono, olungileyo ngenxa yabangalungile, ukuba asiyise kuNkulunkulu, ebulawa enyameni kepha ephiliswa emoyeni

Ngakho ,ngesikhathi uhlupheka ngenxa yomphumela wesono sakho ,khumbula ,kungenxa kanye yokudinga usizo kwakho ukusinqoba ,okungakho uJesu wakufela .Lukhulu kangako uthando lwaKhe ngawe ,ngokuba  aze avume kuphalale igazi laKhe ngenxa yomphefumulo wakho . 

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..