... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Uju Nezinyosi

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Eksodusi 3:17 Ngishilo ngathi : “Ngiyakunikhuphula ekuhluphekeni kwaseGibhithe ,nginiyise ezweni laMaKhanani,nelaMaHetti,nelaMa Amori,nelamaPherizi,nelamaHivi nelamaJebusi,izwe elichichima ubisi nezinyosi”

Listen to the radio broadcast of

Uju Nezinyosi


Download audio file

Ziningi izinto ezinhle esingasebenzisa imali yethu kuzo ezikhona emhlabeni.Eziningi izinto lezi ,uma ngingasho nje ngithi ,ngaphezu kokuba zazikhona ngisewumfana ngisakhula.Manje pho kwenzeka kanjani ukuthi abantu abathokozile manje ,okwedlula  abakuqala?

Ngake ngaba semkhuhlaneni onamandla phambilini.Umphimbo wami wawuhhadlazela ,umzimba ushisa futhi ngizizwa ngi-drained kakhulu,amandla engekho.Okwathi ndlelana thizeni ngezwa umzimba wami ulambela ubisi noju.

Okwathi ngisakuphuza lokhu ngavese ngezwa kusangathi kunomfutho ofutheka egazini.Inhlanganisela enamandla uju nobisi .Lakhona umzimba udinga into ethile e-special ,leyonhlanganisela yobisi noju inamandla.

Hle hle yi-combo le uNkulunkulu anotho alukhulumile ngayo.I

Eksodusi 3:17 Ngishilo ngathi : “Ngiyakunikhuphula ekuhluphekeni kwaseGibhithe ,nginiyise ezweni laMaKhanani,nelaMaHetti,nelaMa Amori,nelamaPherizi,nelamaHivi nelamaJebusi,izwe elichichima ubisi nezinyosi”

Akumangalisi ukuthi ngamhla uNkulunkulu ethembisa u-Israel izwe lawo ,uwuthembise izwe elichichima ubisi nezinyosi ?  Into esobala ,kodwa enhle .

Kwesinye isikhathi ngiye ngicabange ukuthi siyageja ukubona izinto ezisobala ezi-simple  ,izinto ezinhle uNkulunkulu azibeke lasikhona ukuze asinike ngazo amandla ,asibusise ngazo ,asiqinise asikhuthaze ,asiphe i-smile ebusweni.

Sithathwa yizinto esizitshela ukuthi zisemqoka ,sishwebe ukubona lezozinto ezisobala ,uNkulunkulu afuna ukusibusisa ngazo .Kungani kube kanjalo? Yini lento eyenza sifune okubukeka kukleklile kakhulu ,siye eKhemisi siyofuna ukuthenga umuthi onegama elikhulu sishiye nje ubisi noju ukulapha umphimbo wethu.

Sikwenzelani lokho ?

Angazi ,kodwa ngicabanga ukuthi kwesinye isikhathi ,sisuke sigeje nje kancane ephuzwini okuyilonalona.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge