... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Izinto Eziphula Inhliziyo Yakho

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaPhethru 5:10 Kepha uNkulunkulu womusa wonke owanibizela enkazimulweni yakhe yaphakade ngoKristu, senihluphekile isikhashana, yena uqobo uyakuniphelelisa, aniqinise, aninike amandla, anisekele.

Listen to the radio broadcast of

Izinto Eziphula Inhliziyo Yakho


Download audio file

Inhlupheko ngenye yezinto engahlavaza ukholo lwakho.Ube nombuzo othi : “Uvuma kanjani loNkulunkulu oluthando ukuba ngibhekane nesimo esibuhlungu kanje?” Lesi impela  ?!!

Ngiyazibuza ukuthi ekaze bengingakucela uke uhlale phansi ujule  ngenhlupheko enkulu kunayo yonke oseke wabhekana nayo empilweni yakho ?  Leyanto  eyodwa ,lobabudlelwane obanqamuka ,lesasimo la wawusebutheni khona ,lesosimo kanye esasisho ukukubhubhisa sikuqede nya. 

Ngiyazibuza ,ngesikhathi usabuka emumva kwenzeka lesisimo uma ususiqhathanisa nomuntu onguye namhlanje uziqhathanise nalowamuntu singakafiki lesosimo empilweni yakho ,usuhluke kangaka  manje nokwangalesosikhathi . 

Lenhlupheko yikuphi ekwenzile ekubunjweni kwenkambo yakho ? Ngakube ithe ukuqondisa okwakumazombezombe kuwe ,mhlawumbe yakuthambisa kahle .Yakuthobisa ,yakwenza wakwazi ukubekezela ,yiyiphi ilegacy eyashiwa yileyonhlupheko kuwe na ?

1 EkaPhethru  5:10 Kepha uNkulunkulu womusa wonke owanibizela enkazimulweni yakhe yaphakade ngoKristu, senihluphekile isikhashana, yena uqobo uyakuniphelelisa, aniqinise, aninike amandla, anisekele.

UNkulunkulu unalendlela yokwenza izinto ziqonde  –imvama hhayi ngokwezimo ezithandwa yithi ,kodwa imvamisa ngokusibaza ,akha inkambo nesimilo esithile kithi ,esiqinisa ,esibamba ngesandla ,esiphakamisa ,ethulula umusa wakhe phezu kwethu …nkashana esasithatha esibhekisa enkazimulweni yakhe eyinhloso yesiphetho kwakho konke  .

Shlobo nebala lokho kuyakuguqula . Ayikho enye indlela ongenza ngayo ,kodwa ngukuguqulwa yilokhu kanye .Yingakho kanye kuwukuthi lento eyephula inhliziyo yakho yiyo egcina ikhanda umbono onqala kuwe . 

Yilo kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje.