... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Okuhle KaKhulu KuNkulunkulu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

1 EkaJohane 1:9 Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.

Listen to the radio broadcast of

Okuhle KaKhulu KuNkulunkulu


Download audio file

Intethetlelo yinto emangazanayo.Sonke siyakuqonda ukuthi iyinto enhle ,kodwa uma sekuziwa ekuthetheleleni umuntu  osilimazile ,kuyajika ke lapho ukwenza .Sithini ngoNkulunkulu ngokukuthethelela kwakhe ,ngami nawe ,esithethelela ngezinto esizenzile ezimbi? Uthini Mlaleli?

Angazi umi kuphi empilweni noma uyakholwa nguNkulunkulu noma awukholwa nguYe ,usungakwenza ihlaya lokhu .Ake sizibeke  esigabeni njengamanje sokuthi uNkulunkulu ,unguNkulunkulu nembala.Ukuthi ukhona.Ukuthi ugcwele amandla kunye nothando olungacahazeki.Manje uma loNkunkulu ubenohlelo ngempilo yami  neyakho ,beluzobukeka kanjani lolohlelo?  Uma unguBaba wethu osezulwini ngeqiniso ,yikuphi ubengasicabangela khona okuhle kakhulu  ?

Kodwa manje lokho okuhle ngakube kubukeka kunjani ?

Mina,ngicabanga cishe ekuqaleni kungabandakanya intethelelo yaKhe.Siyatshelwa ukuthi labo abakhetha ukukholwa yiNdodana yaKhe uJesu  ekwehlulekeni kwabo ,ukhetha ukukhohlwa wonke amanyala asewenza phambilini .Kahle hle nguYe owaqhamuka negama loku-‘thethelela ukhohlwe’.

Ngiyakhumbula ngifika ekuboneni ukuthi  lonke uvucu lwami selumbondelene lwayintaba ende …futhi imiphumela yalo yabe isingumthwalo osindayo phezu kwamahlombe ami.Uyabona uma usufika kulesosigaba ,usubuyela ezingqondweni zakho ,ngicabanga ukuthi umbuzo ozithola uzibuza wona ngothi : Ngakube uNkulunkulu uyongithethelela ngempela ? Phela ake ubuke nje loluvucu esengiludalile .Ngingamethemba ukuthi uzongithethelela ?

Angazi ukuthi uzithole uzibuza okufanayo nalokhu na.Uma kungukuthi sewake wazithola ukulombuzo ,nanti iqiniso lalendaba…

1 EkaJohane 1:9 … Uma sizivuma izono zethu, uthembekile, ulungile ukuba asithethelele izono, asihlambulule kukho konke ukungalungi.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge