... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Okumnyama Kusamile Ukuthi Kumnyama Nje

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

Isaya 5:20,21,24 Wo kubona abasho okubi ukuthi kungokuhle,nokuhle ukuthi kungububi,ababeka ubumnyama kube ngukukhanya,nokukhanya kube ngubumnyama,babeke nokubabayo kube ngubumtoti,nobumtoti bube ngokubabayo.! Wo kubona abahlakaniphile emehlweni abo nabaqondile ekuboneni kwabo. Ngalokho njengolimi lomlilo ludla amabibib,nezikhotha ezomileyo zizika elangabini,impande yabo iyakuba njengokubola ,nembali yabo iyakuthunquka njengebhuqu,ngokuba balahlile umthetho kaJehova sebawoti,balidelela izwi longcwele ka Israel.

Listen to the radio broadcast of

Okumnyama Kusamile Ukuthi Kumnyama Nje


Download audio file

Ngesikhathi sisabuka ezinsukwini zasemlandweni , sigcina sifuna ukuhlulela izinto ezenzeka kudalo, sihlulele ngesikwazi namhlanje.Kodwa kugcina kuphenduka lokho kukhombisa ukuthi kunengozi enkulu kulokho .

Manje yiyiphi ingozi? Ngukuthi sibukela phansi amaphutha enziwa abantu kuqala – ukwenza izigqila , ubandlulo, ukubukela phansi obunye ubulili, isihluku,yizimpi … konke lokhu okubi ,qede bese sicabange ngokwethu  … Yini le eyayibenza babe ziwula kanje? Babewenze kanjani lawomaphutha ? Njengokuba sesikhulile .Sesibe ngumphakathi ocabanga ngokukleklile kunalowa wakudala. 

Yebo.Ingozi ngukuzitshela ukuthi singcono sikleklile si-smart namhlanje uma kuqhathaniswa nakuqala  … singaboni ukuthi siqonde ngqo ngamakhanda kwinhlekelele yokuphila kwethu. Yisikhathi lesi sokubheka ubuqiniso boqobo. Sekuyisikhathi sokubheka inkambiso yethu lomqondo esith ngo  “smart”, ‘lo wokuba ngabahlabele phambili abangcono” esikhathini sokuphila kwethu ngokweso likaNkulunkulu . Usulungele ?

Isaya 5:20,21,24 Wo kubona abasho okubi ukuthi kungokuhle,nokuhle ukuthi kungububi,ababeka ubumnyama kube ngukukhanya,nokukhanya kube ngubumnyama,babeke nokubabayo kube ngubumtoti,nobumtoti bube ngokubabayo.!

Wo kubona abahlakaniphile emehlweni abo nabaqondile ekuboneni kwabo.

Ngalokho njengolimi lomlilo ludla amabibib,nezikhotha ezomileyo zizika elangabini,impande yabo iyakuba njengokubola ,nembali yabo iyakuthunquka njengebhuqu,ngokuba balahlile umthetho kaJehova sebawoti,balidelela izwi longcwele ka Israel.

Ungalenzi iphutha  sanhlobo.Okumnyama kusamile ukuthi kumnyama.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..