... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Ohlakaniphile kakhulu ngoHhafu

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

NgokukaLukha 4:29 Basukuma, bamxosha emzini, bamqhubela ekwengameni kwentaba umuzi wabo owakhiwe phezu kwayo, ukuze bamkhalakathelisele phansi.

Listen to the radio broadcast of

Ohlakaniphile kakhulu ngoHhafu


Download audio file

Sonke siyasazi lesosifo soku-judger incwadi nge-cover yayo.Uma usesitolo sezincwadi noma e-library uye utomule leyoncwadi ene-cover ebukeka kahle.Kodwa iqiniso esilaziyo sonke –lithi – i-cover ayixoxi indaba yonke ephelele.

Kunentatheli engiyaziyo .Lentatheli iyaziwa ngokukhuluma ingesabi ngokuphika ubukhona  bukaNkulunkulu.Kutholakala ukuthi uyise wabe engumfundisi futhi yabe ingamthandi uyise.

Manje lendoda ihlakaniphile ,ikhaliphile ,ibukhali kakhulu.Miningi imibhalo yayo esengike ngayifunda futhi okuthi mawulandela uthole ukuthi nebala ngokwayo inezizathu ezicacile zokuphika ubukhona bukaNkulunkulu.Ezinye zazo ngezobuhlakani bomqondo.Ezinye zazo ziwukugxeka nje ngokwenkolo ehlelekile yokuphika ubukhona bukaNkulunkulu.

UJesu wayekade ephumile ephulukisa abantu futhi eshumayela ngamandla okuthi mayesefika edolobheni lakubo eNazaretha bese aqale enze lokhu okuyinto ayenzayayo ;ukuphulukisa nokushumayela .

Ekuqaleni bahlabeka umxhwele ngakushoyo,kodwa ngokuqhubeka kwesikhathi ,omakhelwane nezihlobo zakhe  sebeqala ukucabanga ukuthi , “Lomuntu uzitshela ukuthi ungubani ngempela? Akuyona indodana kaJosefa noMariya le? Mkhipheni la.” Phela kahle hle labomakhelwane base Nazaretha bacikeka bacasuka ngoJesu baze….

NgokukaLukha  4:29 Basukuma, bamxosha emzini, bamqhubela ekwengameni kwentaba umuzi wabo owakhiwe phezu kwayo, ukuze bamkhalakathelisele phansi.

Base bengasazwile ngempela la ,awuboni kanjalo wena ?

Kuyangithinta ukubuka ukuthi lentatheli engiyibalulile kunye nalabomakhelwane bakaJesu banezinto ezinomqondo ofanayo  kubona .

Abazange bame kebelalele ,baxoxe naye ,ukuze bamazi kabanzi loJesu ozibiza ngeNdodana kaNkulunkulu .Ngakho baningi abantu abalungele ukuvese bamdedise uJesu ,bengazange bona bamcwaningisise ngokwabo ngomqondo ovulekile .Bengazange bafike esiphethweni sokuthi ingempela ungubani nokuthi ungu ngqo kumbe umthiks .

Lokho kuphathana kabi .

Indlela enamandla ukumcwaninga loJesu ukuzifundela wena iBhayibheli ,bese uMoya oNgcwele aliphefumelele kuwe.

Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..



We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge