... helping you be all that God made you to be, because He plans on shining His light into this world through you.

Berni - ceo, Christianityworks

Usuphelile Njalo Unyaka

We're glad you like it!

Enjoying the content? You can save this to your favorites by logging in to your account.

Register or Login

Add to Favourites

UMshumayeli 7:10 Ungasho ukuthi : “kwenziwa kanjani ukuthi izinsuku zakuqala zazinhle kunalezi na?” Ngokuba awubuzi kanjalo ngokuhlakanipha.

Listen to the radio broadcast of

Usuphelile Njalo Unyaka


Download audio file

Hah sekuwu nyaka omusha njalo? Sesivese satheleka kuwo sathi cababa.Yisikhathi lakhona sicabanga zonke izinto lezi.Sibuka emumva unyaka obe yikhona ,qede sihlabele phambili sicabange kancane ngonyaka esingena kuwona……qede sizibuke ngesibuko sengqondo ukuthi impilo yethu ihamba kanjani.

Yebo nebala nakhu la esesifikile khona, ‘pheliyane’ omunye unyaka .Ngakho awungitshele ubunjani kuwe? Unyaka obumnandi kakhulu,kumbe nje okungatheni noma ubugcwele iziga ezikuthusile? Siye singene onyakeni omusha zikhathi zonke sizitshela uzoba ngomuhle ,kodwa akuvamisi kube njengokucabanga kwethu,kuyenzeka ?

Uzithole usucabanga ngalendlela  “Kwakungenjena .Izinto zazingcono kakhulu kulowaya,awubheke nje manje impilo yami esikukho?” Kuyamangaza ukuthi imvamisa masibuka izinsuku esezadlula sizibuka sicwebezela zingezaziqhakile zahloba ngobuhle kunalezi,size sizitshele ukuthi soze izinto zabuyela kulobuya buhle .

Uma kungukuthi nawe uke uzithole uwelele kulesosikhisi ,ngakho nanku umucu wenhlakanipho enamandla: UMshumayeli 7:10 Ungasho ukuthi : “kwenziwa kanjani ukuthi izinsuku zakuqala zazinhle kunalezi na?” Ngokuba awubuzi kanjalo ngokuhlakanipha. Iqiniso ngelithi ,lonyaka usudlulile.Kuphelile ngawo.Ngeke sisawuguqula kabusha,ngisho kungathiwa sifisa kangakanani.Futhi ukuzinciphisela ububanzi bekusasa lethu ngalomqondo onobuwula –uxole mangizwakala ngiqonda ngqo,kodwa khona ngeqiniso impela ungumqondo ofile –ukuthi izinto ngeke sizaphinde zibe zinhle ,impilo isimi ngezinto ezi-worse esingazenza.

Kusasa..Kusasa  ngunyaka omusha.Futhi uNkulunkulu…uNkulunkulu unguNkulunkulu  omuhle.Ngithanda ukukuqinisa namhlanje ukuthi ulangazelele ngomuzwa wokuhle ngakuhlelele khona .Ngakho….. Ungasho ukuthi : “kwenziwa kanjani ukuthi izinsuku zakuqala zazinhle kunalezi na?” Ngokuba awubuzi kanjalo ngokuhlakanipha. Yilona kanye iZwi likaNkulunkulu leli … Eliza kuwe li-Fresh namhlanje..


We use cookies to improve your browsing experience, analyse site traffic & personalise content, but we do not track you when you leave this site. To find out how we utilise & protect your data, check out our "Privacy Policy".

Privacy Policy

Sorry, no video available

Due to the 2020 COVID-19 situation there’s no video for this program. Enjoy the audio & text and remember, there’s lots more in the Media Lounge. Thank you for your understanding.

Visit the Media Lounge